A-Z Lyrics Database
Welcome! Login | Register
Lyrics   »   B   »   Brickz Lyrics   »   Sweety My Baby Lyrics

Brickz - Sweety My Baby Lyrics

Font:      
Align:    
  • [Chorus]
  • Aw sweety my baby
  • Uzohlala ungu my baby
  • Aw sweety my baby
  • You will always be my baby
  • [Verse 1]
  • Aw sweety mama
  • My love sesihlangana emarenkeni
  • Mangiphethe wena vele kukhala abotsotsi
  • Nabo mama bathi mfana o ke tsotsi ne
  • Namajita sewakhipha amavolovolo
  • Eh bafwethu aniyekeleni umkgobholo
  • Ye my love ngithi umuhle nje ngamasheleni
  • Wo usathani makamele eceleni
  • Nakanjani siyathandana ngithi ngibona emehlweni
  • Ngithi ngicela ukukubukela my darling
  • Angithi sesihlangana emarenkeni uqhoke ama hotpan
  • Ngikusondeze eduze he
  • Ngithi tsotsi heh! gubezela sengifikile la eskhaleni
  • Ye ngicela ukukujikisa ema’ bhayskop
  • Correct ngiyakukhuthaza my darling tshesa
  • [Chorus]
  • Aw Sweety my baby
  • Uzohlala ungu my baby
  • Aw sweety my baby
  • You will always be my baby
  • Aw sweety my baby
  • Gcwalisela abolova ekasi baby
  • Aw Sweety my baby
  • Uzohlala ungu my baby
  • [Bridge]
  • Angithi ampikipiki wena
  • Sewuhamba nami ngikulandela
  • Angithi uyangikhuthaza my darling he my darling sweety my darling
  • Angithi ampikipiki wena
  • Sesihamba nawe sibambana
  • [Chorus]
  • Aw Sweety my baby uzohlala ungu my baby
  • Aw sweety my baby you will always be my baby
  • [Verse 2]
  • My love sesihlangana futhi emarenkeni
  • Ye ngicela ukuthi ukhothe lekgumusha endlebeni
  • Wenzelani ukuthi vele siyophumula edladleni
  • Ungizondisa ngama jita ngalendaba yakho
  • Abantwana basekasi lami abangikhulumisi
  • Bathi mina ngizenza ncono kodwa angina nix
  • Amehlo wakho mawuwabhekise kimi,
  • Kuba ngathi athi ngicela siyovakasha canteen
  • Ngithi wag n bietjie baby awuthi ngiqale emanzini
  • Ye uyangilimaza my darling
  • Engithi sesihlangane emarenkeni ufake ama hot pan
  • Ngikusondeze eduze heh
  • Ngithi tsotsi gubezela sengifikile la eskhaleni
  • Ye ngicela ukukujikisa ema’ bhayskop
  • Correct ngiyakukhuthaza my darling
  • Chesa!

  • Report error in lyric




    Latest Brickz Lyrics

    The Sweety My Baby lyrics by Brickz is property of their respective authors, artists and labels and are strictly for non-commercial use only.
    Copyright © 2009-2026 Azlyricdb.com. All Rights Reserved | Privacy policy | Blog
    You are now viewing Brickz Sweety My Baby Lyrics